Video wird geladen...

Video konnte nicht geladen werden

Zur Startseite

41,510 Aufrufe • vor 1 Jahr •via X (Twitter)

11 Kommentare

Profilbild von Mlungisi
Mlungisivor 1 Jahr

Wena kaBhejane phum'esiqiwini siyabonga ngamasonto kungangcono kwande izimboni ezizoqasha abantu abangasebenzi. Uma usubuya esontweni udinga okuya ngasethunjini. Izwi lenkosi alisuthusi

Profilbild von Okuhlekodwa👏🏾
Okuhlekodwa👏🏾vor 1 Jahr

Akuvulwe izitolo okungenani kuvulwe izibaya sidayise izinkomo nezimbuzi okungenani. Utshwala budlangile ezweni.

Profilbild von Mshokobezi
Mshokobezivor 1 Jahr

Kodwa ngathi naye uBayede uthintile nje kuyimanje

Profilbild von Klulu'ngbukani💎
Klulu'ngbukani💎vor 1 Jahr

Akuvulwe amabusiness azophathwa abahlali, asetshenzwe intsha yethu. amasonto maningi nawo futhi amanye anamanikiniki afana namataverns. Phefumula futhi Ndabezitha nangama tuckshops asezandleni zabafiki laphayana ezindaweni zamakhosi. Mageba👋

Profilbild von Mark Smith
Mark Smithvor 1 Jahr

Idiot...Idiot !....does he have advisors ,or he just talk nje ?? If he said less taverns and more factories/farms...mxi churches !

Profilbild von BhojabhojaKhambaLwabakhwekazi
BhojabhojaKhambaLwabakhwekazivor 1 Jahr

UNkulunkulu ubusisa izindla ezisebenzayo, masike sibheke ngasekusunguleni izimboni zokukhiqiza okuthithile, kuqashwe imiphakathi, kuxoshwe ikati eziko umuzi nomuzi. Kubuye Impilo esiziqhenya ngayo. Bayede, hlangalomhlabathi, ndlulamithi yamakhosi akithi KwaZulu 🙏🏿

Profilbild von Nkosingiphile Motha
Nkosingiphile Mothavor 1 Jahr

Abekho abantu abasenkingeni njengabantu abamnyama especially those in KZN

Profilbild von Bhele Guqa
Bhele Guqavor 1 Jahr

Ingxaki ngabantu bazobulawa yindlala ngoba bazophelelwa yimisebenzi

Profilbild von Vladimir
Vladimirvor 1 Jahr

Ayi msebenzi?

Profilbild von Solar Heavy
Solar Heavyvor 1 Jahr

We're Flying out now

Profilbild von Msizi Mazibuko
Msizi Mazibukovor 1 Jahr

Akwande izikole instead!

Ähnliche Videos

Malacosta wena 😤
0:34

Sensitive content

Malacosta wena 😤

Faustina Thobakgale

180,996 Aufrufe • vor 10 Monaten