Video yükleniyor...
Video Yüklenemedi
He's telling the truth...
48,839 görüntüleme • 29 gün önce •via X (Twitter)
36 Yorum

Njengoba usola isilo ngokungazazi bekuzogwinyeka ukube ubusebenzisa ulwimi olunenhlonipho. Mina ngibona sengathi nawe unenkinga yokungazazi ukuthi ungubani. Abahlakaniphile bathi uma uthole uyihlo enqunu ngokwehlulwa ukudla. Uyamembathisa ukuze engabonwa ubuze bakhe.

Iningi kakhulu lenkulumo yakho.

Ababoni. Complete disgrace.

Eish ya neh

Ey ngabe kwakumfana muni lona? Into emanzi kanje emlonyeni..

Ay yena ukhulumisa okomfazi angifuni ukungasho 🤦

Umfazi ke lo okhuluma la ngisho ngathiwa ukhuluma iqiniso kodwa akakhulumis nje okwendoda.uthi umuntu omdala kangaka uyasangana.suka lo mfana uyabheda nje akanaso isi soka enjalo.

As for ukukhuluma njengo mfazi, I agree but lona iqiniso

Social media is a problem

How so?

Lomuntu akakwazi ukukhuluma achaze akushoyo engafakanga ukudelela noma inhlamba. Akakwazi nokujlukanisa umuntu omdala no tanga bakhe. Wonke umuntu umxhapha ngenhlamba namazwi aqokeme. Ngibe ngingasakwazi ukulalela into ayishoyo ngoba usefake inhlamba. Akaqale afunde inhlonipho

Hawee nisithathiphi isibindi esingaka Jesus ?? 😳😂

😄😄

What a time to be alive 😂 In the olden days this dude would be summoned to the palace, ahlawuliswe inkomo for saying the king isphukuphuku, but because the is indeed a fool, nothing will happen 🤷

Uzofa lo.

Inqondo ngathi ayikho

Nje lomkhapheyana womdlwane ukhonkotha nonstop.🤔

😄😄

Lomuntu we eff uyajwayela then thina in KZN must support the rubbish of a party

The gospel trueth. This silo is now mad. I heard him calling masende amadoda i'm like now he is crazy..

Truth bhuti , is he above the law

Nendlela yoku khuluma kodwa ibalulekile.

Eff minions

Ai kona

Ubani lomama manje,another Max Makhanya in the making? 😅😅😅😅😅😅

Ewu

Sinenkinga esiningi kabi emizini yethu asiyingeni le yeSilo

Hayi suka that man is behaving exactly like how South African men his age are behaving... nothing strange here

Ey umfazi lo🤷🤷

Into ebuhlungu kakhulu ukuthi I GBV siyenza ihlaya,sibe sishaya engathi siyayikhuza. Siyamumema lomfazi esingamfuni kuze ahlekwe yizwe.Kunganu Singamxoshi na ke singamubizi kulemuhlangano? Ungathi unomfazi omzondayo ulokhu umbizea kuze umhleke phambi kwabantu? Lomfazi asimfuni.

Ehh the boy got big balls nhe

This Zulu Mornach is a joke 🤣

Ei inkosi ayiphikiswa mfoka Sompisi ayikho into esingayenza 😂😂

Ngimuhawukela nge9 lomfana

Truth in this post ....👏👏👏

Abantu besifazane abasathethiswa yini kanti?
