Loading video...
Video Failed to Load
"Into encane nje yomndeni" Abantu:
266,378 views • 1 year ago •via X (Twitter)
11 Comments

Yake yenzeka lento ekhaya le eNkandla ngomunye unyaka. Sakhipha isimemo komakhelwane abambalwa. Kwathi ngosuku lomcimbi, kweza isigodi sonke. Ey madoda, kumnandi ukuba nguMzulu wase makhaya.

Usuke ebusisekile umuntu owenze lomcimbi 🤞🏾🤞🏾

take the journey

I saw a video archive of 1930s Zulu wedding it was like this. Zulus haven't changed a bit, and it's beautiful. They were like this, this many walking to attend a wedding, ivusa usinga innhle lento.

6 cows won’t be enough 🫠🫠💀😂

Kodwa ke ngathi ubebalindele

Ubuntu, abuntu are the real family

Bavele beqhamuke sebecula " Ulogolog' eniwudlayo isikhekhelembane Sizihlobo nathi lay’ ekhaya Ulogolog' eniwudlayo isikhekhelembane Sizihlobo nathi lay' ekhaya"

Inkinga bazodlani abantu abaningi kanje?🙆♂️🙆♂️

Yoh nganel uvele udle izinkomo ezimbili zikamakhelwane

Uhambe uyonana ka Makhelwane 😂😂😂
