Loading video...
Video Failed to Load
Powerful statement Tshatha Bafo 👏 Regarding Lobola negotiations 🙏🏽❤️
16,370 views • 6 months ago •via X (Twitter)
14 Comments

Bazokudlisa lokhu kuyothithiza ekhweni kuze kuhlale khona. Awudli ekhweni.

UTshatha uyawafuna lawa ama salad asuke enzelwe abakhongi

Ngiyavumelena naye ekuyekeleni abantu bephile ngendlela anything to kodwa angikohlwa ukuthi lento yokudla ekhweni ayinamphumela engemihle. Kukhona la eyasukela khona. Lowo owabuzwa uTshatha wehlulwa ubudoda bokuthi “angazi” uma engenalo ulwazi lomsuka walomthetho

Lokhu oku Tshatha kuhlezi kubona late imiphumela emibi. Ne nkonzo yakhe wayibona late ukuthi ayilungile. Nalokhu kwe tray uyokubona late. Lomuntu owaeuxoxa naye impumputhe. Awuyi nje ekhweni maku lots hogwash. Ingakho kuthiwa uyathumela.

Eyi wasitshela indaba zethu 🤣🤣🤣🤣 especially that last part

Mina ngiyoyiphekela iyami indoda

Wahlaba kwazwela...

😂😂

@TallOne_ 🤣🤣

😂😂😂🫵🏼

..LOBOLO NEGOTIATION Not ..LOBOLA NEGOTIATION.. ..The Word LOBOLO Is SINGULAR.. ..WHEN It's Come To PLURAL, AMABHEKA..( Izinkomo ZamaBheka Not Izinkomo ZaMalobolo)... LOBOLO = Singular AMABHEKA = Plural ..The Word LOBOLO Come To Plural In Zulu...

🤣🤣🤣🤣🤣

IsiZulu saphesheya = English 😂😂😂

Yazi bazomudlisa lo. Cha bakhona abantu abakhulile abathithizayo. Isemhlabeni la


