Video yükleniyor...
Video Yüklenemedi
Wena usulove how many years eSontweni? 😭
22,771 görüntüleme • 13 gün önce •via X (Twitter)
46 Yorum

🤣🤣🤣🤣🙏kusekude kodwa ukuthi kuphele izinsizwa

Sdalo! 😂

Ngina 1yr 2 months ngilovile 😔

Not bad 😭

Wena uneskhathi esingakanani? 🤔

Iminyakana nje embalwa 😭😂

Kshuthi iSabbatical 😭😭😭

Mina akukudala kakhulu 2017 September, it's only been 9 years nje kodwa ngizoya

Yhoh! Suyoqeda 10 years, amahloni kimi 🙈 😅

😤I hope basangikhumbula abazalwane

I hope so too 😭

It depends. For a regular service nkosimpela it’s well over 10 years. For other occasions (weddings, funerals, etc) it’s been a few months

We’re talking regular Sunday service 😅

Mina ngingcine recently nje nje 18 January 1996 akudala kakhulu

Lapho kusontwela ini vele

Eyh Mashobane nehlule 😭

Eish, 10 years and counting 🤦🏽♂️

Yhoh! It’s been years 🥲

Ubongi tagger next time mawufuna ukuba personal 😭😭😭

😭😭😭

Phendula Siya, asilwi 😭😂

No mna I'm safe it's only been 3 weeks

Ohh at least 😂🤝🏾

🤣🤣🤣

Phendula umbuzo Thabo 😂

🤣 Ngenhlanhla akukafiki kuyears kodwa bayazi abazalwane ukuthi ngisakhona

At least usaziwa, abakak’khohlwa 😂🤣

Over a decade now 😃😃

Yhoh! What’s the plan? 😭

The plan is to NEVER go back 😃♥️

Awwu mina akukudala kakhulu iminyaka ithi ayibe minti🖐 Kodwa akusiyo into etheni kufana nokuthi ngiphumile kancane ngaya e toilet umfundisi esashumayela😭

😂😂😂

Wena wagcina nini Somatekisi? 😭😂

6 years manje ngilovile😂

Akusekona uk’lova lokho, uwile 😭😂

Ngzovela bese ngbuye ngima omunye u6 years, ngenze iPattern🤷🏽♂️😂

Awuzwe nje! Ebese nikhala ngoNkulunkulu uma eseqala itayela naye 😭

Wee, usho umnikazi wezitayela zonke vele😂....ngyoke ngizwe kahle mhla yadibana ukuthi yaythini kahle kahle iPlan yakhe🤝

😭😂🤣 Uzothi ukxoxa xoxa naye mbijane

Awu whanqa lakithi …🙌🏾😩🔥🔥🔥

Ingqwele cha sesigcine sisitholile i Slovas 🤣🤣

Isona ngqo 😭😂

Ngeke nisalungiseka

Portia uNkulunkulu usazos’khumbula 🥲

@BongumthandazoN this you ? 😭

@StreamviDL download this

